Ngokukamathewu 11:8-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Kanti naphuma ukuyobonani na? Umuntu owembethe ezinothonotho na? Bhekani, abembethe ezinothonotho basezindlini zamakhosi.

9. Kodwa naphumelani na? Ukubona umprofethi na? Yebo, ngithi kini: Odlula umprofethi.

10. Nguye okulotshwe ngaye ukuthi:“ ‘Bheka, ngiyathuma isithunywa sami phambi kobuso bakhoesiyakulungisa indlela yakho phambi kwakho.’

Ngokukamathewu 11