Ngokukamathewu 11:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Kepha kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzulwa, nabafuzulayo bayawuphanga.

13. Ngokuba abaprofethi bonke nomthetho baprofetha, kwaze kwafika uJohane.

14. Uma nivuma ukukwamukela, lo ungu-Eliya obezakufika.

15. Onezindlebe makezwe.

Ngokukamathewu 11