Ngokukamathewu 11:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi ukuba uJesu aqede ukuyala abafundi bakhe abayishumi nambili, wamuka lapho ukuyofundisa nokushumayela emizini yabo.

2. Kwathi-ke uJohane esetilongweni, ezwile ngemisebenzi kaKristu, wathumela ngabafundi bakhe,

3. wathi kuye: “Wena unguye ozayo, noma sobheka omunye na?”

4. UJesu waphendula, wathi kubo: “Hambani nimlandise uJohane lokhu enikuzwayo nenikubonayo ukuthi:

Ngokukamathewu 11