Ngokukamathewu 1:2-6 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. U-Abrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo;

3. uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;

4. u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;

5. uSalimoni wazala uBowasi kuRakhabi, uBowasi wazala u-Obede kuRuthe, u-Obede wazala uJesayi;

6. uJesayi wazala uDavide, inkosi. UDavide wazala uSolomoni kumka-Uriya;

Ngokukamathewu 1