Ngokukamarku 8:16-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. Baphendulana bodwa, bathi abanazinkwa.

17. UJesu ekwazi wathi kubo: “Yini ukuba niphendulane ngokuthi aninazinkwa na? Anikaboni, anikaqondi, na? Inhliziyo yenu iselukhuni na?

18. Ninamehlo aniboni yini, ninezindlebe anizwa na? Anikhumbuli yini

Ngokukamarku 8