Ngokukamarku 7:14-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

14. Khona wabuye wabiza isixuku, wathi kuso: “Ngizweni nonke, niqonde.

15. Alukho utho olungaphandle komuntu lungene kuye olungamngcolisa; kepha okuphumayo kuye yilokho okumngcolisayo umuntu.

16. Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.”

Ngokukamarku 7