Ngokukamarku 6:38-40 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

38. Wathi kubo: “Ninezinkwa ezingaki na? Hambani nibone.”Sebazi bathi: “Ziyisihlanu, nezinhlanzi ezimbili.”

39. Wabayala ukuba bonke bahlale phansi etshanini obuluhlaza izigaba ngezigaba.

40. Base behlala phansi amaviyo ngamaviyo, kwaba ngamakhulu nangamashumi ayisihlanu.

Ngokukamarku 6