Ngokukamarku 5:22-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

22. Kwase kufika omunye wabaphathi besinagoge,* nguJayiru igama lakhe, owathi ukuba ambone, waziphonsa phansi ngasezinyaweni zakhe,

23. wamncenga kakhulu, wathi: “Indodakazi yami isiyalela; ake uze, ubeke izandla phezu kwayo ukuba isindiswe, iphile.”

24. Wahamba naye. Isixuku esikhulu samlandela, samcindezela.

25. Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili,

Ngokukamarku 5