Ngokukamarku 3:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Khona wabuye wangena esinagogeni.* Kwakukhona lapho umuntu onesandla esishwabeneyo.

2. Bamqaphela ukuba uzakumphilisa yini ngesabatha, ukuze bambeke icala.

3. Wathi kumuntu onesandla esishwabeneyo: “Sukuma, ume phakathi.”

Ngokukamarku 3