Ngokukamarku 2:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.

2. Kwase kubuthana abaningi, akwabe kusabakho ndawo nangasemnyango; wakhuluma izwi kubo.

3. Beza kuye bethwele umuntu ofe uhlangothi, ephethwe ngabantu abane.

Ngokukamarku 2