Ngokukamarku 15:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi masinyane ekuseni abapristi abakhulu namalunga nababhali nomphakathi wonke benza icebo, bambopha uJesu, bamqhuba, bamnikela kuPilatu.

2. UPilatu wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na?”Waphendula, wathi kuye: “Usho khona.”

3. Abapristi abakhulu bammangalela ngokuningi.

Ngokukamarku 15