Ngokukamarku 10:7-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe;

8. labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye.

9. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu makungahlukaniswa ngumuntu.”

10. Besendlini abafundi babuye bambuza ngalokho.

Ngokukamarku 10