Ngokukaluka 9:36-38 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Kwathi livela izwi, uJesu wafunyanwa eyedwa. Bathula bona, ngaleyo mihla kabatshelanga muntu neyodwa yalezo zinto abazibonileyo.

37. Kwathi ngangomuso sebehlile entabeni, isixuku esikhulu samhlangabeza.

38. Bheka, indoda yasesixukwini yamemeza yathi: “Mfundisi, ngiyakunxusa ukuba ubheke indodana yami, ngokuba yiyo yodwa kimi.

Ngokukaluka 9