Ngokukaluka 7:44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ephendukela kowesifazane wathi kuSimoni: “Uyambona lo wesifazane na? Ngingene endlini yakho, awunginikanga amanzi ezinyawo, kepha yena uzimatisile izinyawo zami ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zakhe.

Ngokukaluka 7

Ngokukaluka 7:38-50