Ngokukaluka 6:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi ngesabatha wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla bezihlikihla ngezandla.

2. Kepha abathile babaFarisi bathi: “Nenzelani lokho okungavunyelwe ngesabatha na?”

3. UJesu ebaphendula wathi: “Anifundanga yini ngalokho akwenza uDavide mhla elambile yena nababe naye

Ngokukaluka 6