Ngokukaluka 5:8-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Kuthe uSimoni Petru ekubona lokho, waziphonsa phansi ngasemadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi, Nkosi, ngokuba ngingumuntu oyisoni.”

9. Ngokuba ubehlelwa ngukwesaba, yena kanye nabo bonke ababe naye, ngobuningi bezinhlanzi ababezibambile,

10. kanjalo-ke noJakobe noJohane amadodana kaZebedewu ababesebenzisana noSimoni.UJesu wathi kuSimoni: “Ungesabi; kusukela manje uzakubamba abantu.”

Ngokukaluka 5