“UMoya weNkosi uphezu kwami,ngokuba ingigcobile ukuba ngishumayele ivangeli kwabampofu,ingithumele ukumemezela ukukhululwa kwabathunjiweyo,nokubona kwabayizimpumputhe,nokuhlenga abacindezelweyo,