Ngokukaluka 24:1-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kepha ngosuku lokuqala lweviki, kuntwela ngenzansi, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile.

2. Bafumana itshe ligingqiwe ethuneni.

3. Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu.

4. Kwathi besasambathekile yilokho, bheka, nanko amadoda amabili emi ngakubo, enezingubo ezicwebezelayo.

5. Besesaba bekhothamela phansi ngobuso, athi kubo: “Nifunelani ophilayo kwabafileyo na?

Ngokukaluka 24