Ngokukaluka 21:36-38 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

36. Ngakho lindani ngesikhathi sonke, nikhuleke ukuba nibe namandla okuphepha kukho konke lokhu okuyakwenzeka nawokuma phambi kweNdodana yomuntu.”

37. Njalo wayefundisa ethempelini emini, kepha kusihlwa wayephuma ayokulala entabeni ethiwa eyemiNqumo.

38. Ekuseni abantu bonke beza kuye ethempelini ukumuzwa.

Ngokukaluka 21