Ngokukaluka 20:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Bakhuluma, bathi kuye: “Sitshele ukuthi lokhu ukwenza ngagunya lini, nokuba ngubani okunike leli gunya na?”

3. Waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi, nize ningitshele.

4. Ukubhapathiza kukaJohane kwavela ezulwini noma kubantu na?”

Ngokukaluka 20