Ngokukaluka 17:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Esangena emzaneni othile, kwahlangana naye amadoda ayishumi anochoko, amela kude,

13. aphakamisa izwi, athi: “Jesu Nkosi, sihawukele!”

14. Kuthe ewabona, wathi kuwo: “Hambani, niyoziveza kubapristi.” Kwathi esahamba, ahlanjululwa.

15. Enye yawo isibona ukuthi iphulukisiwe, yabuya imdumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu,

Ngokukaluka 17