Ngokukaluka 14:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele.

2. Bheka, kwavela phambi kwakhe umuntu othile owayenesifo samanzi.

Ngokukaluka 14