Ngokukaluka 10:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. Hambani; bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi.

4. Ningaphathi sikhwama, nayika, nazicathulo, ningabingeleli muntu endleleni.

5. “Nakuyiphi indlu eningena kuyo, qalani nithi: ‘Ukuthula makube kule ndlu.’

Ngokukaluka 10