Ngokukaluka 10:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Emva kwalokho iNkosi yamisa abanye abangamashumi ayisikhombisa, yabathumela ngababili phambi kwayo emizini nasezindaweni zonke ebizakuya kuzo yona.

2. Yathi kubo: “Ukuvuna kukhulu, kepha izisebenzi ziyingcosana; ngakho-ke nxusani inkosi yokuvuna ukuba ithumele izisebenzi ekuvuneni kwayo.

3. Hambani; bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi.

Ngokukaluka 10