Ngokukaluka 1:71-75 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

71. insindiso ezitheni zethu nasesandleni sabo bonke abasizondayo,

72. ukwenzela okhokho bethu isihawunokukhumbula isivumelwano sayo esingcwele,

73. isifungo eyasifunga kubaba u-Abrahama,

74. ukusinika ukuba sithi sikhululiwe esandleni sezitha zethu,siyikhonze singenakwesaba

75. ngobungcwele nangokulunga phambi kwayo zonke izinsuku zethu.

Ngokukaluka 1