Ngokukajohane 8:7-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

7. Wathi besambuza njalo, walulama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu kaqale amphonse ngetshe.”

8. Waphinda wakhothama, waloba emhlabathini.

9. Bathi ukuzwa lokho, belahlwa yizinhliziyo zabo baphuma ngabanye, beqalela kwabadala kwaze kwaba ngabokugcina, uJesu wasala yedwa; nowesifazane wayemi khona.

Ngokukajohane 8