Ngokukajohane 8:44 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo.

Ngokukajohane 8

Ngokukajohane 8:36-46