Ngokukajohane 8:29-32 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. Ongithumileyo unami, kangishiyanga ngedwa, ngokuba ngenza njalo okuthandeka kuye.”

30. Esakhuluma lokho, abaningi bakholwa nguye.

31. Khona uJesu wathi kubaJuda abase bekholiwe nguye: “Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili;

32. niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.”

Ngokukajohane 8