Ngokukajohane 8:23-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

23. Wathi kubo: “Nina ningabaphansi, mina ngingowaphezulu; nina ningabaleli zwe, mina angingowaleli zwe.

24. Ngakho-ke ngathi kini nizakufela ezonweni zenu; ngokuba uma ningakholwa ukuthi nginguye, nizakufela ezonweni zenu.”

25. Base bethi kuye: “Wena ungubani na?”Wathi kubo uJesu: “Lokho enganitshela khona kwasekuqaleni.

Ngokukajohane 8