Ngokukajohane 8:1-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Khona uJesu waya eNtabeni Yeminqumo.

2. Ekuseni kakhulu wabuye weza ethempelini; abantu bonke beza kuye; wayesehlala phansi, wabafundisa.

3. Kepha ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane ebanjwe ephinga; sebemmise phakathi kwabo,

4. bathi kuye: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe esoqotsheni lokuphinga.

Ngokukajohane 8