Ngokukajohane 6:70-71 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

70. UJesu wabaphendula wathi: “Mina anginikhethanga nina abayishumi nambili na? Kepha omunye kini ungusathane.”

71. Wayekhuluma ngoJuda Iskariyothe kaSimoni, ngokuba nguye obezakumkhaphela engomunye wabayishumi nambili.

Ngokukajohane 6