Ngokukajohane 5:45-47 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

45. “Ningacabangi ukuthi ngiyakunimangalela kuBaba; ukhona onimangalelayo, uMose enithemba kuye.

46. Ngokuba uma benikholwa nguMose, beniyakukholwa yimina, ngokuba yena waloba ngami.

47. Kodwa uma ningakholwa yimibhalo yakhe, niyakukholwa kanjani ngamazwi ami na?”

Ngokukajohane 5