Ngokukajohane 5:19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Khona uJesu waphendula, wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: INdodana ingenze lutho ngokwayo, kuphela lokho ebona uYise ekwenza, ngokuba lokho akwenzayo yena, neNdodana iyakwenza kanjalo.

Ngokukajohane 5

Ngokukajohane 5:16-27