Ngokukajohane 21:3-5 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

3. USimoni Petru wathi kubo: “Ngiya kodoba.”Bathi kuye: “Nathi sihamba nawe.” Base bephuma, bangena emkhunjini; kepha ngalobo busuku ababambanga lutho.

4. Kuthe sekusa, uJesu wayemi ogwini. Kepha abafundi babengazi ukuthi nguJesu.

5. UJesu wathi-ke kubo: “Bantwana, aninakho ukudla na?”Bamphendula bathi: “Qha.”

Ngokukajohane 21