Ngokukajohane 16:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. “Lokho ngikukhulume kini ukuba ningakhubeki.

2. Bayakunikhipha emasinagogeni,* yebo, siyeza isikhathi sokuba lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu.

3. Lokhu-ke bayakukwenza ngokuba bengamazanga uBaba nami;

Ngokukajohane 16