Ngokukajohane 14:29-31 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

29. Manje senginitshelile kungakenzeki, ukuze nikholwe, nxa sekwenzekile.

30. Angisayikukhuluma okuningi nani, ngokuba uyeza umbusi wezwe, kepha akanalutho kimi,

31. kodwa kungukuba izwe lazi ukuthi ngiyamthanda uBaba nokuthi ngenza njengokuba uBaba engiyalile.“Sukumani simuke lapha.

Ngokukajohane 14