Ngokukajohane 14:10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Awukholwa ukuthi ngikuBaba, noBaba ukimi, na? Amazwi engiwakhulumayo mina kini angiwakhulumi ngokwami; kepha uBaba ohlezi kimi wenza imisebenzi yakhe.

Ngokukajohane 14

Ngokukajohane 14:7-15