Ngokukajohane 11:32-35 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

32. UMariya esefike lapho ekhona uJesu, embona, wawa ngasezinyaweni zakhe, wathi: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.”

33. Ngakho uJesu embona ekhala, nabaJuda abafika naye bekhala, wabubula emoyeni, wakhathazeka;

34. wathi: “Nimbekephi na?”Bathi kuye: “Nkosi, woza ubone.”

35. UJesu wakhala izinyembezi.

Ngokukajohane 11