Kwabaseroma 9:15-17 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Ngokuba kuMose uthi:“Ngizakumhawukela engimhawukelayo,ngimzwele engimzwelayo.”

16. Ngakho-ke akuyi ngentando nangokuzikhathaza komuntu, kodwa kuya ngokuhawukela kukaNkulunkulu.

17. Ngokuba umbhalo uthi kuFaro: “Ngakuphakhamisela khona lokhu ukuba ngibonakalise amandla ami kuwe nokuba igama lami lishunyayelwe emhlabeni wonke.”

Kwabaseroma 9