Kwabaseroma 9:12-15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. kungabi ngemisebenzi, kodwa kube ngaye obizayo, kwashiwo kuye ukuthi:“Omkhulu uyakukhonza omncane,”

13. njengalokho kulotshiwe ukuthi:“UJakobe ngamthanda,kepha u-Esawu ngamzonda.”

14. Ngakho siyakuthini na? Kukhona yini ukungalungi kuNkulunkulu na? Qha nakanye.

15. Ngokuba kuMose uthi:“Ngizakumhawukela engimhawukelayo,ngimzwele engimzwelayo.”

Kwabaseroma 9