20. akangabazanga ngesithembiso sikaNkulunkulu ngokungakholwa, kodwa waqina ekukholweni, enika uNkulunkulu udumo,
21. eqinisekile ukuthi lokho akwethembisile unamandla nokukwenza.
22. Ngalokho-ke kwabalelwa yena ukuthi kungukulunga.
23. Kepha akulotshwanga ngenxa yakhe yedwa ukuthi kwabalelwa yena,