Kwabaseroma 4:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Ngakho-ke siyakuthi uzuzeni u-Abrahama, ukhokho wethu, ngokwenyama na?

2. Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa phambi kukaNkulunkulu qha.

Kwabaseroma 4