Qha nakanye; kepha makube ngukuthi: UNkulunkulu uqinisile, wonke umuntu ungumqambimanga, njengokuba kulotshiwe ukuthi:“Ukuze uthiwe ungolungileyo emazwini akho,unqobe ekwahlulelweni kwakho.”