Kwabaseroma 2:19-21 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. uzethembile wena ukuthi ungumholi wezimpumputhe, ungukukhanya kwabasebumnyameni,

20. umyali weziwula nomfundisi wezingane, unakho ukuma kokwazi nokweqiniso emthethweni,

21. wena-ke ofundisa omunye, awuzifundisi wena na? Wena oshumayela ukuthi akungebiwa, uyeba na?

Kwabaseroma 2