Kwabaseroma 2:17-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

17. Kepha uma uthiwa ungumJuda, wethemba umthetho, uzibonga ngoNkulunkulu,

18. wazi intando yakhe, ukhetha okungcono, ungofundisiwe emithethweni,

19. uzethembile wena ukuthi ungumholi wezimpumputhe, ungukukhanya kwabasebumnyameni,

Kwabaseroma 2