Kwabaseroma 2:1 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngakho awunakuzilandulela wena muntu, noma ungubani owahlulelayo, ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye uyazilahla wena, ngokuba wena owahlulelayo uyakwenza khona lokho nawe.

Kwabaseroma 2

Kwabaseroma 2:1-8