Kwabaseroma 16:6-9 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

6. Khonzani kuMariya owanisebenzela kakhulu.

7. Khonzani ko-Anidroniku noJuniya abayizihlobo zami, ababe yiziboshwa kanye nami, abaqhamileyo kubaphostoli nababe kuKristu ngaphambi kwami.

8. Khonzani ku-Ampiliyatu, isithandwa sami eNkosini.

9. Khonzani ku-Urbanu, isisebenzi kanye nathi kuKristu nakuStaku, isithandwa sami.

Kwabaseroma 16