Kwabasekolose 4:5-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

5. Hambani ngokuhlakanipha kubo abangaphandle, nithengisise isikhathi.

6. Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyolisiwe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.

7. Konke okuqondene nami uyakunazisa khona uThikhiku, umzalwane othandekayo nesikhonzi esikholekileyo oyinceku kanye nami eNkosini,

Kwabasekolose 4