Kwabasekolose 4:12-14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

12. Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu Jesu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niqinisekile entandweni yonke kaNkulunkulu.

13. Ngokuba ngingufakazi wakhe wokuthi uyanisebenzela kakhulu nina, nabaseLawodikeya, nabaseHiyerapholi.

14. Uyakhonza kini uLuka inyanga ethandekayo, noDema.

Kwabasekolose 4