Kwabasekolose 3:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Bantwana, lalelani abazali benu ezintweni zonke, ngokuba lokho kuyathandeka eNkosini.

21. Boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu ukuba bangadangali.

22. Zinceku, lalelani ezintweni zonke labo abangamakhosi enu ngokwenyama, kungengokuthenga amehlo njengabathokozisa abantu kodwa ngobuqotho benhliziyo, niyesabe iNkosi.

Kwabasekolose 3